... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isibusiso Nenhlupheko

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFiliphu 1:29,30 Ngokuba ngenxa kaKristu nina nabelwa ngomusa, angisho ukukholwa kuye kuphela kepha nokuhlupheka ngenxa yakhe, nikukho khona lokho kulwa enakubona kimina, nakalokhu nizwa ukuthi kukimina.

Listen to the radio broadcast of

Isibusiso Nenhlupheko


Download audio file

Uma singena ezikhathini zenhlupheko (njengokuba sonke singena kuzo ), kuyinto yokugcina ukuthi singacabanga ukuthi lenhlupheko ingaba yisibusiso. Kahle hle ngubani nje empeleni ongasebenzisa lamagama awahlanganise “inhlupheko” “ nesibusiso” ?

Njalo uma sinamaphupho ngekusasa ,siphupha ngezinto ezinhle nezibusiso . Akekho noyedwa kithi ohlala phansi acabange afise kuze isikhathi senhlupheko nobunzima . Ukuhlupheka siyakubalekela njengesifo esingumashanela . Futhi ngenxa yokuthi akekho noyedwa kithina ofuna ukuhlupheka kulula ukuyikhahlela uyibeke le kude lento  yenhlupheko /nesibusiso.

Umphostoli  Phawuli kwakuyindoda eyayikwejwayele kokubili ,inhlupheko nesibusiso .Nansi indlela abeke ngayo :

KwabaseFiliphu 1:29,30 Ngokuba ngenxa kaKristu nina nabelwa ngomusa, angisho ukukholwa kuye kuphela kepha nokuhlupheka ngenxa yakhe,  nikukho khona lokho kulwa enakubona kimina, nakalokhu nizwa ukuthi kukimina.

Kungani uNkulunkulu ekubusisile ? Ukubusise kanjani? Ngezindlela ezikhonza uKhrestu . Isibusiso saKhe kuwe asilethelwe ukuphelela kuwe singadlulelanga phambili.Zimelwe ukugelezela ezimpilweni zabanye abantu ngawe .Yilona liphuzu lokuqala lapha . 

Iphuzu lesibili ngelokuthi kunye nalezobusiso kuza iqholo lokuhlonipheka ngokuhluphekela uKhrestu ngesikhathi zigeleza ngawe . Ngakho ngokuzayo ngamhla uzwa ukuthi itshe seligaya ngomunye umhlathi manje : Yilesosikhathi kanye ohluphekela uKhrestu ungene kukho ngenhliziyo enhle , ngomoya omuhle ,uqhubeke uvumele izibusiso zaKhe zigeleze ngawe zibusise abanye khona esikhathini sokukhameka zinhlupheko zaKhe  … kokobili kuletha inkazimulo kuKhrestu . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.