... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Sikhulekeleni

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 KwabaseThesalonikha 3:1,2 Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni ukuba izwi leNkosi likhawuleze, lidunyiswe, njengalokhu kunjalo nakini, nokuba sikhululwe kubantu abadukileyo nababi; ngokuba ukukholwa akusikho okwabo bonke.

Listen to the radio broadcast of

Sikhulekeleni


Download audio file

Ngakho nantu ucwezwana lolwazi olungenasidingo :Namhlanje yi-FRESH devotion le yezi 2146  esesiwakhiqizile la kwi-ministry  iChristianity Works .Njengokuba ngike ngasho ngulwazi olungenasidingo  lolu. 

Ngakho kungani ngikucobelela lokhu na. Akuyingoba inombolo u- 2146 kuyisibalo  esisemqoka ?.

Yebo,noma ngabe i-FRESH uyibukela kwi TV ,uyilalela emsakazweni ,ku Facebook ,uwhatsapp ngezilimi eziyinqwaba etolikwa ngazo noma ngabe uyifunda ingumbhalo  etholakala ngawo  kumbe ngama digital platform amaningi etholakala kuwo ,angazi noma uke ume uzibuze ngokuthi yini ebandakanyeka emsebenzini omkhulu wokukhiqhiza le devotion .

Ukulungiselela ,ukubhala nakanjani ,ukutolika , proof-reading, ukuqopha nokulungiswa kwayo isipholishelwa ukungena emoyeni ,ukushuthwa nokuhlanganiswa kwengosi edlala kwi TV ,isabalaliswa eziteshini ,i-uplodwa ukuba ingene kuma –server ,ukukhethwa kwezithombe zama version a-digital ,ku-dizaynwa ama –print layout ….uyabona ukuthi akudlalwa ngumsebenzi odida ikhanda lo?  

Yebo noma ngabe yini enenani ukwenziwa ithatha amagalelo amakhulu ukwenziwa ,yenziwa yi-team encane kodwa ezinikele .Ngakho namhlanje ngicela ukukucela lesicelo Mlaleli weFresh:

2 KwabaseThesalonikha 3:1,2 Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni ukuba izwi leNkosi likhawuleze, lidunyiswe, njengalokhu kunjalo nakini,  nokuba sikhululwe kubantu abadukileyo nababi; ngokuba ukukholwa akusikho okwabo bonke.

Ngesikhathi kwanda abantu esibacobelela ngeZwi likaNkulunkulu ngeFRESH ,kusikhathi sinye kuguqulwa izimpilo zabantu abaningi.Yebo asikusho ukuthi kwezinye izindawo ngumsebenzi oyingozi lo. 

Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni ukuba izwi leNkosi likhawuleze, lidunyiswe, njengalokhu kunjalo nakini,  nokuba sikhululwe kubantu abadukileyo nababi; ngokuba ukukholwa akusikho okwabo bonke.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.