-
Uguquko Lwenzeka Kanje
Ngesikhathi izinto zenzeka emhlabeni ,kugujwa kuba nosaziwayo abahamba ko red carpet –futhi nangesikhathi izimpilo zethu zibukeka sengathi zisuka kwenye ingxaki ziye kwenye ...
-
Emlotheni
Inhlaba bathi inamandla amaningi okubuyisela okungasekho emzimbeni –restoration powers .Kungenzeka kube liqiniso lokho . Kodwa nakuba kunjalo ngeke ube naso nesiqiniseko sokuthi ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Ukuthula …Noma Cha
Iphuzu elimile ngukuthi umhlaba usempini. Eminyakeni embalwa edlule ngokocwaningo lwe Website ebizwa nge : OurWorldInData.org, cishe onyakeni ngamunye kube nezimpi ezingu 150 ...
-
Ingcebo Enhle
Igciwane lemithambo yenhliziyo –imvamisa okuyisifo esibizwa ngesifo senhliziyo kumbe i-stroke yiso esingukufa okukodwa kokuthathu ekuthatheni abantu . Okuchaza ...
-
Ukubuka Okusha
Yithi laba sesisosukwini lwesishiyagalolunye onyakeni wethu omusha .Izinto nebala seziqala ukuba ngokujwayelekile .Sonke sesibuyele enjikeleni yempilo ejwayelekile ,noma kuyini ...
-
Gcwaliswa NgoMoya
Ziningi izinto ezinhle ukuzithokozela kulempilo .Futhi nakuba iningi lethu lingazitholi lindiza emoyeni yinjabulo nokuhamba kahle kwezinto ,khona kunjalo kuhle ukuthokozela lokho ...
-
Isimanga Sento Uqobo Lwayo
Njengoba singena sigxila kulonyaka omusha , sisohambweni lunye ngalemiyalezo eFresh nsuku zonke ukuba sibambe umusa obekwe endaweni eyodwa futhi eyodwa kuphela qhwaba . ...
-
Isithembiso Siliqiniso
Umqondo wokuba abantu banikele impilo yabo kuNkulunkulu ,ukukhetha ukumphilela ,ukumlalela ,kuyinto ebukelwa phansi kulezinsuku .Kungani kulezinsuku ubungafuna ukwenza ...
-
Amandla Avela Phezulu
Baye bethi amandla ayamona umuntu ,ikakhulukazi uma esezibona enamandla onke .Liqiniso lelo .Akubizi ukuqalaze kude lokho ukukukholwa Okuthi masubuka izwe la elikhona ...
-
Enhlabathini Eqinile
Sisangena kulonyaka omusha … ngikholwa uzongivumela ukuthi kusemqoka ukuthatha igxathi ubheke phamabili ,uqonde enhlabathini eqinile . Phela phezu kwakho konke isisekelo ...
-
Phakamisela Amehlo Ezulwini
Nakhu la esesikhona usuku lokuqala ngqa onyakeni ,Angikusho ukuthi ngikufisela unyaka omusha onezibusiso ezichichimayo noma ngabe impilo izobe ikujikijela ngamaphi amatshe ...
-
Izolo Selidlulile
Ake uzicabange ungumuntu othwele isudukesi yonke indawo la ohamba khona .Okuthi nkashana uthenga izinto empilweni liyaqhubeka ligcwala ,lisinda . Nangu wena sewucabanga ...
-
Sekuyisikhathi Sokuphenqa Ikhasi Elisha
Namhlanje sesisondele ukuvala unyaka wethu ,kusasa ,qede njalo sekuqala unyaka omusha . Ngakho sekuyisikhathi ukukhohlwa yizolo qede amehlo siwathi njo kwikusasa .Emva kwakho ...
-
UNkulunkulu Obanakilisiwe Abonwe Ngabantu Bonke
Kwabaningi indaba kaNkulunkulu ibukeka injengomuntu nje okhona engekho ngoba kuba wukuletha nje lowomthandazo ngalesosikhathi ufuna ukusho okuthile kuye kumbe ucela emva ...
-
Amandla Omusa KaNkulunkulu
Ngingacela ukukubuza uyini hle hle umusa? Kwabaningi yisisho esesilisikonkolo esesigcine singasasho lutho olutheni ngaphandle kokusithimisela kuphela . Kodwa othola ukuthi umusa ...
-
Qhamu Thushu !
Nakhu la esesikhona .Lusuku lukaNkulunkulu nantu seluthi qhamu thushu ! Ngakho ake ngiqale ngikufisele ukhisimusi obusisekile kunye nabathandiweyo bakho bonke -ngoba noma ...
-
Amandla KaNkulunkulu
Intambama yangayizolo kuzosa kube nguKhisimusi kusasa ,ingaba yisikhathi esiphithizelayo uma sisivumela thina . Ngoba kithi namhlanje kunembuzo ephoqa ukuphendulwa engqondweni ...
-
UMdali Odeliwe
Njengokuba ukhisimusi ususeduze ,into elula kwabaningi ngukuvese bazibe ukhisimusi ongakho –njengokuba ungoJesu bamzibe. Wonke umuntu akhulume ngendaba yokuthi kuzodliwani konje ...
-
Ubungani Bakho NoNkulunkulu
UKhisimusi okuyinto esiseduze ,yisikhathi sokugujwa ndawonye nabangani kudliwa izibiliboco o-jelly no custard .Kodwa kunomngani oyedwa esingavamisi ukumumema esidlweni abe khona ...
-
Umqondo Wothando
Kunento eyangikhathaza iminyaka eminingi.Futhi mhlawumbe ngesikhathi sibhekisa imiqondo yethu kuKhisimusi ,mhlawumbe nawe bekukukhathazile . Kungasizathu sini ukuba uNkulunkulu ...
-
Into Yokucatshangwa
Ngesikhathi sisabhekisa imicabango yethu kuKhisimusi ,kunotho oluthile oluthiya abaningi ukuthokozela umgubho kaKhisimusi . Iminyaka eminingi ngangimanqika ngendaba yokugubha ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Phakathi Nazo Zonke Izingxaki Zethu
Ngakho mangase kuthiwe ubungabhala zonke izinto empilweni yakho obungafisa nga zazingekho , izinto ofisa nga azizange zakhona kuwe ,bekungaba yiziphi lezozinto ? Sonke sinalo uhla ...
-
Ngasizathu Sini ?
Umbuzo : Ngabe uNkulunkulu wayecabangeni ngamhla ethunga lelicebo lakhe eligcine silibize ngo ‘Khisimusi’ ? Kulungile mhlawumbe uKhisimusi esiwugubhayo sewuphenduke waba ...
-
Kunenkoleloze
Lolusuku lwangomhlaka 13 ngokwesiko lwaseNtshonalanga bakholelwa ngukuthi lusuku oluletha amabhadi .Noma ngabe ungowakuphi ,yonke indawo kunezinkoleloze zakhona esezibe ...
-
Ungaholelwa Ophathe
Ukuhlangana nabantu abasha empilweni ,nokuthola abangani abasha akulula kulezinsuku .Impilo seyiphenduke yamatasa kakhulu futhi yangaqondakala ngakolunye uhlangothi ,kwabaningi ...
-
Noma Ubani Ophila KuKhrestu …
Kubukeka kungenakwenzeka kwesinye isikhathi ukugxumeka ikhanda lomuntu omdala entanyeni yomuntu omusha ;ukwedlulisela inhlakanipho kwabancane bethu ngokwendlela abangakulungela ...
-
Ithemba Elimsulwa
Ubumsulwa yigama esilikhonzile esilithandayo .Igolide elimsulwa ,intokozo ephelele emsulwa …kodwa ngakube sewake wahlangana nomuntu ophelele ongenasici omsulwa ndawozonke ? ...
-
Mhla UJesu Ebuya
Enye yezinto edidanayo empilweni ngukuthi uma uzinikela kokuthile –kungaba ngumshado ,izifundo ezithile ,umsebenzi,noma ngabe yini –usuke ungazi ukuthi kuzophenduka kugcine ...
-
UNkulunkulu Akawaqambi Amanga
Kunento eyodwa kulomhlaba esingama kuyo .Noma ngabe izivunguvungu zakulomhlaba zisilethelani ,noma zidine zigane inwabu kanjani ,sihlala njalo sinesiqiniseko ngomhlabathi ...
-
UNkulunkulu Wethemba Lonke
Sewake wakhathazeka ukuthi ekaze empeleni abantu muntu muni abahlangana naye uma besuka behlangana nawe ? Bahlangana nobani kumbe nani kuwe ? Umdlandla omkhulu omuhle kumbe ...
-
Isandla Sokukhonujuzwa
Ubuhle nobubi ,sonke siyawazi umehluko ,kumbe cha ? Kunjengokumhlophe nokumnyama kusobala bha …kumbe sixolela okuphakathi nendawo ? Ucabangani ? Nakhu okubukeka yikho ...
-
Eduze Nakude
Izimoto ezihamba ngogesi zibukeka zifuna ukungenisa .Kuhle lokho ,kodwa mina engike ngibhekane nomsindo othi ti ti ti wokuphela kwe-battery efonini,lokho kwenza ngibe novalo ...
-
Amandla Enhliziyo Yakho
Uphawu olunqala lokukhula yila khona sincipha ukuthemba oqobweni lwethu .Angikhulumi ngomuzwa we -low self esteem,kodwa ngokubhekana nobuqu bobuthaka nokuntengantenga kwethu . ...
-
I-Pencil Case
Sonke sinezinto esinazo ,ezikhethekile enhliziyweni yethu ,ziyigugu .Ngakho siyaqiniseka sizinakekela kahle Ngisafunda ngake ngaphiwa isipho esikhethekile sesikhwama samapeni ...
-
Inhloso kaNkulunkulu
Umdla wokukwazi ukuhlukanisa kahle inhloso yomuntu usemqoka . Ngoba akuwona wonke umuntu ovela engokuthile osuke eyikho ngempela . Akuwona wonke umuntu othembise okuthile ...
-
Lakhona Uthando Lumile
Njengokuba isisho sabama movie bethi kumelwe uthando lube yisona sihloko esigqamile kuma movie akhiqizwayo .Yebo nebala akhona ama movie edrama ,ezokulwa nasabisayo .Kodwa ...
-
Ukwanda
Ngokwezokusakaza iBandla liyinto efayo.Lokho okwenza bande ababetha imitshingo betshiyoza yinjabulo .Kodwa ezokusakaza ezingakuchumisi ngukuthi iBandla lihlabela phambili ...
-
Ukwesaba ,Ukuthula Nenduduzo
Siphila esikhathini sesiphithiphithi .Uthi mawufunda iphepha uthole ukuthi abantu abasemagunyeni baziphethe kabi kakhulu ,nakuba singasho bonke . Amabandla agcwele izindaba ...
-
Akekho Ofana Naye
Ngakho ngakube ingakanani impilo yakho othi mawuyibuke ubone unjengesihambi esihamba sicinga okuthile ? Impendulo kwiningi lethu ,hhayi kangako .Ngoba phela ekugcineni kwakho ...
-
Nkulunkulu ,Ulalele Kodwa ?
Emhlabeni la khona okuzwakala kunamaphimbo amaningi wena ongafunga ngumuntu ememeza kunanela namawa ,imibono ehluhlukene ,ngama post ,imiqhafazo ,uhla lude ,konke lokhu ...
-
UNkulunkulu Muhle
Sewake waqaphela ukuthi kulula kanjani ukulahlekelwa yizinto ezimqoka empilweni esikhathini lakhona okusuke kukuningi amehlo emnyama kuwe kungelula nokubhekana nosuku ...
-
Isithombe Esikhulu
Silwa izimpi eziningi empilweni .Futhi uma uphakathi nazo ,ukuziwina kubukeka kungenakwenzeka sanhlobo .Kwesinye isikhathi kusuke kuzokwenzeka kodwa uma seligaya ngomunye ...
-
UbuKhrestu Beqiniso
Ukuphila impilo yakho uthokozisa abanye abantu ,uzama ukuzihlekisa ukuze bakuthande ,kungumsebenzi onzima lowo ngoba abantu abaqondakali ,bangaba nawe namhlanje kusasa bakulahle ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Isimbelambela Sokunengwa
Ngakho ake ngikubuze uzizwa kanjani ngabantu abanguhulumeni wezwe lakini ,umasipala kumbe isifundazwe ,isigodi kumbe iward ? Ngokokubuka kwakho ngakube benza umsebenzi omuhle ...
-
Ithemba Elimsulwa
Abanye abantu banokuntenga kokuyingabaza impilo .Kungenzeka mhlawumbe lokhu kungaqondani nawe ,kodwa okusalayo phambilini sewuke waba kulesosimo ,njengami .Umbuzo ngukuthi ...
-
Amandla Omthelela Omusa
Uma kunomuntu okukhombisa izibele ezithile ,ngisho kungayinto encane kakhulu ,lokho kuwuguqula kanjani umuzwa wakho ngalowomuntu ,ngokwendlela osumbuka ngayo ,nomphatha ngayo? ...
-
Iqhaza Lakho Ekuthuleni
Izimpi ziphetha kanjani? Impendulo , emva kongqubuzano olusuke selulalise izidumbu bamanxebanxeba abanye zinhla zombili ezilwayo ,okuyinto okusuke engekho okuthanda ...
-
Isibusiso Sokuthula
Namhlanje lusuku lokubeka izikhali ,olokuthula ,lakhona sibuka emumva sikhumbula ukuphela kwempi yokuqala yomhlaba .Ngalesosikhathi kwakuthiwa yimpi eqeda zonke ezinye izimpi ...
-
Isethembiso Sokuthula
Ziningi izinto kulomhlaba ezithembisa okuningi , amacareer, impumelelo ,imali ukuzikhipha ,lolacekece lwemoto entsha ,ngisho lezacathulo ezintsha ceke ezingakaziwa ...
-
Ngaphezu Kokucabanga
Ungenzenjani mangase ungazelele kwakho noma kini usesidlweni kuvese kutheleke usaziwayo ,odumile ovelele ezweni ,azokuba nawe esidlweni ? Ngixoxele ungenzenjani nje? Ngake ...
-
Ngilandele
Ngicabanga ukuthi angingedwa lakhona ngibe nezikhathi ngizizwa kunganele ngingaphelele ,ngangokuthi ngangesaba ukulandela amaphupho ami .Kuwe kube njani ? Izinselelo zibukeka ...
-
Igagasi Lesibusiso
Ngakube sewake wazizwa ugcwele intokozo ,eluhlobo oluhlalayo ngisho kuthiwa sekunezingxaki zempilo –ngangokuthi awusakwazi ngisho ukuyigcina ngoba iyaphuphuma? Mhlawumbe ...
-
Isimemezelo Sokuthula
Abantu abaningi badonsekelene kwimizwa yenhliziyo yabo ngaphakathi banokuzizwa bebalekela isemumva labo ,lokho bakwenza ngisho kungekho sobala kodwa kube kuzenzekela .Nami ngake ...
-
Ngaphezu Kokwanela
Sewake waphicizeka umunwe yisicabha ? Kade usathi uziculela kamnandi ungazelele ,bhaah isicabha sikucindezele umunwe kunsonsothe inhliziyo .Lapho ubuhlungu buhambe nengalo yonke ...
-
Sonke Sinalesidingo Esifanayo
Sonke siyazithola sithanda ukuphatheka kahle ngabanye abantu ;sifise izibele zabo ukuba zisifake emnyangweni nasezintweni thina esehlulekayo ukungena kuzo .Siyakulangazelela ...
-
Ukuguqulwa Ngomusa
Wonke umzali uyafikelwa yisigaba sokwesaba ukuthi hleze ingane yakhe igcine ibe mdibi munye nezingalaleli izingane ikhethe eyayo indlela ;abe nomuzwa wobuhlungu ukuthi lezongane ...
-
Izikhuni Zibuya Ngomkhwezeli
Iningi lethu sifuna impilo eguquliwe engcono kunalokhu .Kungani? Yingoba akekho noyedwa kithi o-perfect .Siyazi sinezikhisi nokwehluleka .Sifuna ukuzinqoba ,yingakho sifuna impilo ...
-
Sewuke Washebeleka Njengomkhumbi Empilweni Yakho ?
Ukushebeleza ngomkhumbi kungukuzikhipha okuthokozelwa ngabaningi emhlabeni .Hle hle ,bangaphezu kuka, 30 million abantu emhlabeni wonke nyakenye ababeshebeleza ngemikhumbi ...
-
Inkazimulo KaNkulunkulu Izeduze
Kunokuthile uma kulusuku izulu elisuke lilihle licwathile libalele kamnandi kunotho okulwenza emoyeni wakho .Sewake wazibuza kungani lokho ? Kungani sixolela ukubalela kwelanga ...
-
Ziqaphele Izinhloso Zakho
Ngakho kuninini phambilini ukugcina kwakho ukusho nokwenza into ,okuthi masubuka emumva ,kwakungeyona into enhle ukuyisho nokuyenza ,wake wama wazibuza ukuthi wawukwenzelani ? ...
-
Qaphela !
Ukuzinyusa wena kuyinto embi .Abantu basho benze izinto esizweni ngokuzigqaja ,konke lokho bekwenza ngokokuthi bacatshangwe kahle ,akukuhle lokho .Kungani bekwenza abantu lokho ...
-
Ukwesaba Ukungamukelwa
Ukuphambana nezihambayo ,wenze okuhlukile emndenini wakho ,abangani ,nomphakathi ,wehluke nje kubo kuyinto engelula leyo .Yingakho abantu abaningi bengakwenzi . Nakuba namhlanje ...
-
Ungakholwa Kanjani Uma …
Sewake wazizwa ungonqamukelene kulokho obukulangazelela ,ukuthi uthanda ukuyiphila kanjani impilo yakho ,nangendlela ngqo oyiphila ngayo usuku nosuku ,la ebheke khona ,yebo ...
-
Umangaliso Loguquguquko
Nginesiqiniseko ukuthi njengathi sonke ,nawe unotho othanda ukuluguqula . Ungathanda ukuba ngumuntu ongcono kwingxenye ethile ,kumbe kulesisimo esithile .Futhi njengabo bonke ...
-
Thokozisa UMoya
Ngingacela namhlanje ,ukuhoshe umoya qede uzibuze ukuthi uyiphila kanjani impilo yakho . Okay,impilo ayiqondakali kwesinye isikhathi futhi ibe manaphanapha .Kodwa phakathi ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Ukuhamba Ungathwele
Kunesizathu ukuthi kungani abasubathi abaphumelelayo abathwali izinto ezisindayo .Uma bekuthiwa bakwenzile lokho ngoba abazange baphumelela kwakhona ekuqaleni komjaho Nebala ...
-
Yini Esegameni ?
Ngakube uyafana nami ukhohlwe yigama lomuntu emva nje kwemizuzu emibili uhlangene naye ? Kunzima ,angithi ? Kodwa manje inkinga igama lalowomuntu lisemqoka ngokungakholakali kuye ...
-
U-size Owodwa Aweneli Bonke Abantu
Ngicabanga sonke sesike saba naso isimo sokulungisa utho ocingweni kungaba umasingcwabisane ,ukukhokhela isitolo noma indaba kagesi noma yikuphi okunye ,kodwa kube ngukuthi ...
-
Usengawunqoba Umjaho
Ngicabanga ukuthi mina nawe asibona abantu abagijima ukwedlula bonke layindlini.Kodwa ikhona into engasibeka ekuqaleni .Ungathanda ukwazi ukuthi yini ? Omunye umngani wami u- ...
-
Uguquko Lwenhliziyo Yakho
Sewake wazama ukukhahlela uhlukane nenkambiso eyisimbelambela embi ? Akulula .Kungaba ngukubhema , ukudla into okungafanele uyidle ,ukuhleba ,ubuvila ,ukuhlupha emsebenzini ...
-
Ukuthethelela Kungumqondo Omuhle ,Kuze Kube ngukuthi Seku…
Ngingathembeka kuwe ? Ngangingeyena umuntu ,owayemuhle emnandi .Ebusheni ikakhulu ngangiwathe njo amehlo ekuwineni ,nasekuphumeleleni ,engangikwenza ngokuthi ngingagxoba ngisho ...
-
Ukuba Seduze ,Ube Khona
Noma ubani okhulise izingane uyazi kusemqoka kanjani ukusondela eduze kwazo ngesikhathi zi-achiever empilweni kanjalo futhi nangesikhathi zibhekene nobuhlungu bempilo .Lokho ...
-
Vuleleka Ukufunda
Nangu wena uzithole upheka lesibiliboco sesidlo kodwa bese uyakhumbula ukuthi ukhohlwe nya yisinongo esiwukhiye .Nguwe lowaya sewugijimela esitolo . Kodwa uthi ungathi ngqu ...
-
Ubungamukela Ongeyikho ?
Kwesinye isikhathi sibhekana nenzukayikeyi ngokokuziphatha . Ekujuleni kwenhliziyo wazi kahle ukuthi okuyinto efanele futhi ufuna ukwenza lokho . Kodwa imvuzo yesikhashana ...
-
Umi Kuphi ?
Sewake waqaphela ukuthi uma impio iqhubeka kamnandi uba nabantu abaningi abakuzungezile . Kodwa ngomzuzwana mazike zavese zajika izinto ,abantu bavese banyamalale bahwamuke ...
-
Lokho INkosi Ekuhlelele Khona
Uma uzama ukuphila kahle impilo yakho ngobuhle ,ngobuqotho ,kodwa uthole ukuthi bonke abantu abakuzungezile baziphethe kabi –uyaqala uzibuze ukuthi , “Kunalo inani ukuqhubeka ...
-
Inhlakanipho Okunzima Ukuyemukela
Izikhondlakhondla zakulomhlaba ,osozigidi ,abaphathi bama social media bonke banento eyodwa efanayo . Njengamanje baphethe amandla okushanela kwasani ilandele bona ,kodwa ...
-
Inhlakanipho Phambi Kokuba UMhlaba Usekelwe
Ama newsfeed kulezinsuku kwezokuxhumana agcwele inhlakanipho eningi yawo asihehela nasibizela kuyo esitshela ngobuhle bayo ngokuhlukahlukana kwayo . Ziningi zihlukahlukane ...
-
Ngiyakuthanda Nkosi !
Incane into eqhaqhazelisana njengozamazama komhlaba . Cabanga umhlaba omi kuwo undindizela ,kungubuzizi,uyazibona sekuphahlake kwazingcungcu isakhiwo kuso qede kwangyimfuthumfuthu ...
-
Amazwi Amasha ,Amazwi Amadala
Noma ngabe lulupmi luni olukhulumayo ,izikhathi nezikhathi kulokhu kusungulwa amagama nezisho ezintsha .Kodwa akuyona into entsha leyo Ngokwemibhako yakamumva , U-William ...
-
Yiba Nenhliziyo Emsulwa
Sesibile nesimo lakhona umuntu enze utho [hhayi kuwe kuphela ngokokungathi bekunganele kuwe kuphele ] kodwa akwenze nakawabanye ngezinhloso ezinhle ,ngenhliziyo emsulwa ...
-
Uma Kufa I- Billionaire
Umhlaba mawubuka ngokusabalele ubukeka amehlo ethe njo ekunotheni ? Imali,yimali,yimali.Ngingayenza kanjani eningi kunale ekhona ? Ngingaba kanjani neningi kunale ukuze ...
-
Ngakube Ulalele Kwakhona UNkulunkulu ?
Ngakube sewake wacelwa iziluleko ,qede bese uyazibuza ukuthi konje kwakhona ekuqaleni yini le eyenze lomuntu eze kuwe? Akabukeki azi.Futhi akafune kwakulalela . Enye yezingane ...
-
Usawoti Odumele
Usawoti yinto esiyisebenzisayo ukukufaka ekudleni okungena taste kumbe ekudleni okuzo taster kangcono . Usemqoka kangako kodwa kumbalwa sicabanga ngawo . Esikhathini esithile ...
-
Engesiye Owomunye Wethu
Kuhlale kungapheli ukumangala kimi ukuthi sesibe nobandlululo olungakanani ,sazenza iqoqwana elithe qekelele .Lokhu kwenzeka kwezemidlalo . Kulungile ke lokho.Kwenzeka kwipolitiki ...
-
Ukugudlugudluza Okuseqhulwini Kithi
Ukwenza inkonzo kwabanye abantu kuyinto esaziyo siyadinga ukuyenza .Kodwa ngakolunye uhlangothi ,sikuthola kungelula ,futhi kungalubekeleki ukukwenza ,kubukeke kungenancazo etheni ...
-
Umshukumbo Wokucabanga Kabusha
Ukuqophisana okukhulu okuqhubeka kulomhlaba kungokuthi ikakhulukazi ngubani omkhulu kunomunye ; ubani owokuqala ,ubani ozobonokala emuhle ukwedlula bonke ,ohola phambili odla ...
- Enjoying The Content? For the price of a cup of coffee each month, you can enable Christianityworks to reach 10,000+ people with a message about the love of Jesus!
-
Ukuziphatha Okunamahloni
Intshisekelo yokucatshangwa kahle yimfihlo abaningi ebadlayo ezinhliziyweni zabo ukuyilambela .Kaningi izwakala isiqhumbuka ngamagama ,ngokuziphatha kwethu ….futhi ...
-
Yiba Ngomangele
Angazi zingaki izinkonzo osuhlale phansi wazilalela empilweni yakho ,mina ngeke ngisakwazi ukuzibala .Ngaqala ukuba senkonzweni ngiseyingane encane . Ukuhlala ngilale inkonzo ...
-
UJesu Ungena Emsebenzini
Ukungena emsebenzini omusha kuhlale kungelula .Uthatha lelogxathi ngomfutho onamandla .Ufuna kube yisiqalo esihle .Awufuni ukuphoxa abantu ngosuku lwakho lokuqala ...
-
Isikhathi Sokulingwa
Nini nanini lakhona izinto zisicindezela –kungaba ngokwenyama ,imizwa yenhliziyo kumbe ngokomoya –uke ukuqaphele lokhu ukuthi isilingo sibukeka siza kuwe simafindofindo . ...
-
Ubhabhathiso LukaMoya Ongcwele
Ngakube sewuke wazibuza ukuthi ekaze ubhabhadiso lungani ingempela ? Lisiko elidala eliqhubeka ligcinwa kumakhulukhulu eminyaka –laqala ebuJudeni lase liza kuBuKhrestu .Ngisho ...
-
Ukulungisela Indlela YeNkosi
Ngokwe –experience yami mhlawumbe nakweyakho futhi ,UNkulunkulu wenza izinto ezethusayo ,izinto esisuke singazilindele ;izinto ezisishiya simangele …kungani ? Ake uthathe ...
-
Ubungcwele 101
Ngingake ngikucele ukume ucabange namhlanje ukuthi yiziphi izinto eziseqhulwini kuwe ? Ngoba izinto ezizeqhulwini kuwe yizo ezigcina zigwedla ziqondisa impilo yakho la eya khona ...
-
Ukwahlukaniswa Ngokungcweliswa 101
Ukuhlanza zonke izenzo zakho ,noma ngabe yiziphi empilweni yakho obonayo zidinga ukuhlanzwa ,akulula kunzima .Lezonjwayezo zifa kanzima .Zibukeka zifuna ukunamathela kuwe qede ...
-
Ukunikwa Amandla 101
Sonke sizazela kahle ukuthi asimandla kokuthile ,siyashoda lapha nalapha .Kodwa kuhlale kunzima ukuba nakho konke okunqala kuhlangene esikhathini esisodwa .Kubukeka kuba khona ...
-
Ukuphenduka 101
Umbuzo . Uma uNkulunkulu esithethelela izono zethu ngoJesu Khrestu ngesiphambano segazi lakhe ,ngakube pho siyadinga yini ukuguqula indlela esiphila ngayo ,sishiye izono ...
-
Insindiso 101
Kuyinto eyinzuzo ukuhlale sihlale sibuyele ezisekelweni ,ukuqinisekisa sizibambe kahle ,kanjalo nokuzikhumbuza ukuthi yikuphi okusemqoka ngokweqiniso . Futhi into eyodwa ...
-
Umnikelo Omukelekayo KuNkulunkulu
Esikweni lesilungu mawubona indoda iphethe izimbali iziyisa kothandwa yinhliziyo yayo nathi esesilenza nokuthenga uchocolate ,usuke uzibuze ukuthi isuke izithengeleni noma ...
-
Sewake Wazibuza Ukuthi Ekaze Kungani …
Sewake wazibuza ukuthi kungani intokozo owake waba nayo ,intokozo owawukholwa uNkulunkulu ufuna ube nayo ,kubukeka sengathi seyihwamukile ? Pheshe ,nyamalaliyane ,yaphela ...