... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Abantu Abazithwala Ngeqoma Kweqe

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseGalathiya 6:1-3 Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzibheke wena, funa uyengwe nawe. Thwalisanani imithwalo yenu, nigcwalise kanjalo umthetho kaKristu. Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa.

Listen to the radio broadcast of

Abantu Abazithwala Ngeqoma Kweqe


Download audio file

Siyaqhubeka siphila esikhathini lakhona abantu bezibona befanelwe ukuthola okuthile ,bakuthwale ngeqoma lokho[entitlement].Ngifanelwe ngokungcono kunalokhu .Ngifanelwe ukwenza nokukhuluma noma yini engiyifunayo . Babe bangalokotha yini bangitshele ukuthi ngenze ini ? Futhi okuthi nakuba siphila enkululekweni kodwa ekugcineni simelwe ukuziveza ngobuqotho komunye .

Kungenye yezindidane zokuphila lezi . Sonke siyathanda ukukhululeka.Ubani kithina ongamelananga nemingcele abazali bethu ababeyiklamile sikhula?  Futhi nakuba kunjalo uma kungukuthi saqhubeka saphilisa okwezingane kwaze kwayinamhlanje ,ngabe kudale utiti lodaka olunjani empilweni ,angithi? 

Manje sikuwo lowomoya wokuzithwala ngeqoma ,baningi abantu osukhulile   kubona ngendlela yokuthi abasabucabangi ubuqotho bokucabangela omunye . Futhi akuyona into esemhlabeni kude le .Yenzeka naphakathi kubantwana bakaNkulunkulu ,akekho kithina ongaphuma bhusende kulendaba .

KwabaseGalathiya  6:1-5 Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene;

uzibheke wena, funa uyengwe nawe. Thwalisanani imithwalo yenu, nigcwalise kanjalo umthetho kaKristu.  Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa.

Kuningi okukulamavesi ,kodwa umgogodla kaNkulunkulu kulomyalezo ngukuthi masingabi ngabahlwitha kwasani sizizwa sifanelwe . Simelwe ukuba qotho komunye nomunye sicabangelane .Lomqondo yiwo kanye wokucabangelana ,ongumqonda ongubunkulunkulu obuhle ekugcineni .

Asingazenzi iziwula .Akekho noyedwa kithina omelwe ukufanelwa konke nje impilo ibe ngaye kuphela .Simelwe ukucabangelana silekelelane ngobuqotho .

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.. 


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to heavy rains that flooded our TV studio, there’s no video for today’s Fresh. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.