... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isimanga Sento Uqobo Lwayo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 14:15-17 Uma ningithanda, niyakugcina imiyalo yami. Ngiyakucela kuBaba aniphe omunye uMduduzi wokuba ahlale kini phakade, uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi; nina niyamazi yena, ngokuba uhlala nani, uyakuba kini.

Njengoba singena sigxila kulonyaka omusha , sisohambweni lunye  ngalemiyalezo eFresh nsuku zonke  ukuba sibambe umusa  obekwe endaweni eyodwa futhi eyodwa kuphela qhwaba .  

Ngesikhathi uqhubeka wazi abantu abaningi kusikhathi sinye ubona ukuthi umuntu wonke unezinselelo zakhe .Futhi umqondo wokubhekana nezinselelo uwedwa ,yinto enzima .

Yebo ,iningi lethu asibhekani nazo sisodwa .Nginonkosikazi ongithanda  phezu kokuba amagama ubengachaza .Abanye bakulesosimo njengami nabo ,kwabanye akunjalo .

Kodwa phakathi ekujuleni la ophila khona ,la ozwa okhona ,ocabanga khona ,khona kunjalo kunomgodi  wegebe elikhulu lomzwangedwa ,abanye abaseduze nawe abangakwazi ukuligcwalisa .

Abaningi  balichaza leligebe lomgodi ngokuthi lincane lingu size kaNkulunkulu ,lincane umu usezwa ukuthi kunendawana encane engagcwele kodwa ekusondeleni kulo likhulu kakhulu nguNkulunkulu yedwa ebukhulwini bakhe ongalivala alaigcwalise ,akuphelelise ngezindlela kuphela yena yedwa ongakwenza lokho . UJesu wathi  …

NgokukaJohane  14:15-17 “Uma ningithanda, niyakugcina imiyalo yami.  Ngiyakucela kuBaba aniphe omunye uMduduzi wokuba ahlale kini phakade, uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi; nina niyamazi yena, ngokuba uhlala nani, uyakuba kini.

Kodwa lokhu akusikho okwabantu bonke .Ngiyakuzwa lokho .Kungokwalabo kuphela abakhetha ukumlandela uJesu ,ukumlalela ,abashiya okubi baye kokuhle  ezimpilweni zabo .Kulowomuntu kanye onjalo uyothulula uMoya wakhe phezu kwakhe,uyogcwalisa lesisikhala esingu size kaNkulunkulu ;uyobaphelelisa ngokwendlela yakhe engenziwa nguye kuphela phaqa .  

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy