... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ubuwula bukaNkulunkulU Nobuthaka BaKhe

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 1: 22-25 Ngokuba abaJuda babiza izibonakaliso, namaGreki afuna ukuhlakanipha, kepha thina sishumayela uKristu obethelwe esiphambanweni, isikhubekiso kubaJuda, ubuwula kubo abezizwe, kepha kubo ababiziweyo, abaJuda namaGreki, sishumayela uKristu, amandla kaNkulunkulu nokuhlakanipha kukaNkulunkulu. Ngokuba ubuwula bukaNkulunkulu buhlakaniphile kunabantu; nobuthakathaka bukaNkulunkulu bunamandla kunabantu.

Listen to the radio broadcast of

Ubuwula bukaNkulunkulU Nobuthaka BaKhe


Download audio file

Ngokwami bekungahambisana kahle mangase uNkulunkulu ahambisane nengisuke ngikulindele ; ukuba enze izinto ngendlela engingamlindela azenze ngayo . Kuwe kuba njani ? Kodwa inkinga ,uvese engalokothi enze ngendlela yethu .Nebala sikubona lokho ekuhambeni kwesikhathi. 

Manje umbuzo uthi kungani  ukuba uNkulunkulu –ezifihle ekwenzeni izinto ngendlela esobala esingayilindela ? Kungani angavese azimbule kithi sonke futhi asenze sihambe ngomgudu wakhe osobala ,asenze sishebeleze ndawonye sicule kunye naye ,qede siphothule konke sikucabanga kunye naYe?  

Yilokho kanye mina nawe esingacabanga ukukwenza .Ngoba uma enza ngendlela ehlukile ayi akumnandi kahle .

Ngothando lukaNkulunkulu lonke namandla aKhe onke ,singavese sishanele kwasani engcolile emhlabeni qede umhlaba ushaye ihele lomoya omnandi ngomzuzwana . 

Ngakho uyabaqonda labo abangakholwa nguJesu uNkulunkulu amletha ukuzosifela kulesosiphambano,abavese bamelane nayo yonke into enqubo yayo inguNkulunkulu .Belokhu bethu ngikhombise uphawu ,letha i-proof yobuqiniso balokho . 

1 KwabaseKhorinte  1: 22-25Ngokuba abaJuda babiza izibonakaliso, namaGreki afuna ukuhlakanipha,   kepha thina sishumayela

uKristu obethelwe esiphambanweni, isikhubekiso kubaJuda, ubuwula kubo abezizwe,  kepha kubo ababiziweyo, abaJuda namaGreki, sishumayela uKristu, amandla kaNkulunkulu nokuhlakanipha

kukaNkulunkulu.  Ngokuba ubuwula bukaNkulunkulu buhlakaniphile kunabantu; nobuthakathaka bukaNkulunkulu bunamandla kunabantu.

Kubukeka kusengathi nakuba kungabukeka kungubuwula kwabanye ,kodwa uNkulunkulu uzembulile kubo bonke abantu emhlabeni  Uyilethile indlela yokulungisa izinto .Usidedelele amandla akhe  ukuba siphilisane kamnandi sonke ….kodwa egcwele uthando usinika ngamunye ukuzikhethela . 

Ukukholwa nguJesu noma qha .Nguye oyiNdlela ,nguYe kuphela oyiNdlela phaqa .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.