... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Amandla Othando Asobala

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 13:8-10 Ningabi nacala lani nakubani, kuphela elokuthandana; ngokuba othanda omunye uwugcwalisile umthetho. Ngokuba lokhu ukuthi: “Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafisi,” noma ukhona omunye umyalelo, kuyahlanganiswa kuleli zwi elithi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.” Uthando alwenzi okubi kumakhelwane; ngakho-ke uthando lungukugcwaliseka komthetho.

Listen to the radio broadcast of

Amandla Othando Asobala


Download audio file

Njengoba kukuningi kangaka okuqhubekayo okubi .Umuntu uzibuza ukuthi ekaze liyini ikhambi ? Yini engenza ukuba kume .Siyini isisombululo?

Amadoda aba nomakhwapheni ,namakhosikazi aba namashende. Udlame , ababulali .ukungethembeki,umhobholo nomona.Futhi asibhekane neqiniso ngqo kulendaba mina nawe siyabalwa kokunye kwalokhu .

Nokho asethembe okungekubi  ngokwalelizinga ,siyaba lokho kucikeka ngabanye abantu ,siyaba nomona kwesinye isikhathi sifune ukududula abanye ,noma yikuphi okunye ongakubala ? Iqiniso?  Ngukuthi siyaba yingxenye yokwenza izinto ezimbi zenzeke.

Manje umbuzo uthi singakumisa kanjani ukwenza okubi? Kubukeka sengathi impendulo hleze ibe sobala ngaphezu kokucabanga kwethu.

KwabaseRoma  13:8-10 Ningabi nacala lani nakubani, kuphela elokuthandana; ngokuba othanda omunye uwugcwalisile

umthetho. Ngokuba lokhu ukuthi: “Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafisi,” noma ukhona omunye umyalelo, kuyahlanganiswa kuleli zwi elithi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.”  Uthando alwenzi okubi kumakhelwane; ngakho-ke uthando lungukugcwaliseka komthetho.

Ngakube  kungaba sobala kanjalo na ? Yebo nebala kungaba .Uma ukukhetha ukumthanda umuntu oseduze nawe ,umakhelwane njengokuba uPhawuli umphostoli ekubeka ngokokuthi leli qhaza lakho lokwenzeka kwezinto ezimbi kuyama.

Futhi labo makhelwane sebezobukeka ngokuhlukile ,bazwakale ngokuhlukile ,benze ngendlela ehlukile kuwe;mhlawumbe ngisho kwawena bakucike.Bathande ngoba uma sithanda konke okubi esikwenzayo kuyama , “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.” 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.