... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ngakube Usazama Ukuhlabekisa ?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseKolose 3:23 Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo, kungathi kwenzelwa iNkosi, qha abantu

Listen to the radio broadcast of

Ngakube Usazama Ukuhlabekisa ?


Download audio file

Noma singacabanga ukuthi sesibe ngabathobekile kangakanani ,kuhlale kunesilingo esinyonyobayo ,sisitshela ukuthu besizoba bahle kanjani uma besihlabekise sachazana kwabanye abantu.

Kuhlale kungenza ngihleke kancane ,ukuthi ngesikhathi sizicabanga ukuthi singabathobekile –ngithobekile !– asilutho ,kodwa .Kodwa  eqinisiweni ,ukukhula entobekweni kuwukubusiseka okukhululanayo  engcindezini  yokucabanga ukuthi simelwe ngukuhlabekisa  abanye abantu .

Futhi asikuqonde sikuvume lokhu ukuthi kwakuyisixuku esididanayo lesi .Bona kanye laba bantu ababemangazwe zintshumayelo nezimangaliso ezinamandla zikaJesu ,yizo kanye ezazimemeza zithi “mbethele”! ngesikhathi emi phambi kukaPhontiyasi Pilatu  ngesikhathi salowomgubho  wephasika owawumahlikihli ungohlukile .

Ngingakucela ukuthi uthembeke kuwe luqobo ,isikhashanyana nje .Ekutheni uyiphila kanjani impilo yakho ; kwabesifazane –ukuthi uzilungisa ndlelani izinwele ikhanda lakho  nokuzicwala ebusweni ;emadodeni ,mhlampe ekutheni uwukhetha kanjani u –i-shirt noma u-tie ozowugqoka e-office  ukuze ,njengokuba baye bethi “uyayidla indwangu JD mawuthanda ” –noma ngabe yini esimweni sakho ,ngokwesakho …..izinqumo uzenza ndlelani ugcwele umqondo wokuhlabekisa abanye abantu ,bonke bajike nawe njengojikanelanga . Ngoba lokho kuholela ejokeni lobugqila ,leli kanye uNkulunkulu afuna ukusikhulula kulo .l

KwabaseKolose  3:23 Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo, kungathi kwenzelwa iNkosi, qha abantu

Ndlela zonke ,konke okwenzayo kwenze ngamandla akho onke kube kuhle ngokweqophelo eliphezulu kakhulu .Esikhundleni sokusebenzisa ngokuhlabekisa  abanye ngamathalenta  owawanikwa nguNkulunkulu kunalokho asebenzise ukumkhazimulisa .Yilapho inkululeko ekhona kanye .Yilapho kanye ukugcwaliseka kulele khona .

Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo, kungathi kwenzelwa iNkosi, qha abantuYilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.