... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Umqondo Wakho Wubhekise Ezintweni zika Nkulunkulu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 16:21-23 Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa abafundi bakhe ukuba umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nangabapristi abakhulu nababhali, abulawe, kepha avuswe ngosuku lwesithathu. UPetru wayesemthatha, waqala ukumkhuza, wathi: “Musa, Nkosi, lokho akusoze kwenziwa kuwe.” Yena waphenduka, wathi kuPetru: “Buyela emva kwami, Sathane; uyisikhubekiso kimi, ngokuba awuqondi okukaNkulunkulu kepha kwabantu.”

Listen to the radio broadcast of

Umqondo Wakho Wubhekise Ezintweni zika Nkulunkulu


Download audio file

Kunokungqubuzana okukhulu phakathi kwemicabango engikubhuluza nje kunye nezinto ngokobuqiniso bomqondo ngokwenzeka kwazo , ,lokhu okushayisana nokubuka izinto ngomqondo wobungenankulunku 

Kaze uke ukuzwe lokho kungqubuzana ,ngikholwa kanjalo .Ngoba umhlaba udonsa lonke uluntu ,uludonsela kulowomgwaqo obanzi oholela ekubhujisweni .Kodwa uJesu ubizela abanye ukungena ngalelosango elincane qede baqhubeke ngalendlela enzima eholela ekuphileni . 

Yingakho kohlala kunalokho kucindezeleka kunoma ubani ongumfundi wakhe .Umqondo woluntu usitshela ukuthi impilo ifanelwe ngukuba lula ,simelwe ukuphumelela ,simelwe ngukuthola noma yini esiyifunayo .Kodwa inhlakanipho kaNkulunkulu iqhele ngamalengiso emqondweni ozungeleza ekuzicabangeni  mina . 

NgokukaMathewu  16:21-23 Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa

abafundi bakhe ukuba umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nangabapristi

abakhulu nababhali, abulawe, kepha avuswe ngosuku lwesithathu. UPetru wayesemthatha, waqala

ukumkhuza, wathi: “Musa, Nkosi, lokho akusoze kwenziwa kuwe.”  Yena waphenduka, wathi kuPetru:

“Buyela emva kwami, Sathane; uyisikhubekiso kimi, ngokuba awuqondi okukaNkulunkulu kepha kwabantu.”

Nakhu sekwenzeka nembala .UPhethru ufikelwa ngumqondo woluntu wasemhlabeni ojwayelekile okuyiwo osifikela kuqala .Wayezama ukwenza umqondo ohlukile kuJesu ,ukukhombisa ukumvikela ndlelazonke angenza ngazo ,emkhuza ethi hhayi bo Jesu waphambanisa izinto manje !  Kodwa lokho okwaletha ukukhuzwa okuqinile ezibhalweni .Wawuzothini uma kwabe kubhekiswe kuwe ?

Nakuba kungasabisa kwezinye izikhathi ,Beka umqondo wakho ezintweni zikaNkulunkulu !

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.