... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Iikhali SeNkosi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Amahubo 34:17-19 Labo bayakhala, uJehova uyezwa; uyabakhulula kuzo zonke izinhlupheko zabo. UJehova useduze nabo abanenhliziyo eyaphukileyo; uyabasindisa abanomoya odabukileyo. Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke.

Listen to the radio broadcast of

Iikhali SeNkosi


Download audio file

Isandla sikaNkulunkulu esophulayo yisihloko esiqhubeka ngokunamandla kwi Thestamente Elidala nelisha .Futhi zindaba ezinhle lezo .Eziduduzayo ukuthi nebala lapho sisengxakini uNkulunkulu uyasondela lapho kanye azosephula .

Nginesiqiniseko ukuthi nawe njengami ,ubile sesimweni lakhona udinga ukophulwa yisandla sakhe ,amandle akhe ,inkuthazo yakhe ,ukukubamba udlule esikhathini sobunzima .Nakimi kube njalo .

Amahubo 34 abhalwa yinkosi uDavide icabanga ngokwethembeka kukaNkululu ezimweni ezazimantwayintwayi ayedlule kuzo :

Amahubo  34:17-19 Labo bayakhala, uJehova uyezwa; uyabakhulula kuzo zonke izinhlupheko zabo.
UJehova useduze nabo abanenhliziyo eyaphukileyo; uyabasindisa abanomoya odabukileyo.
Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke.

Yeka isiqinisekiso sikaNkulunkulu esikhathini udlula emahhadlahhadleni empilo .uyakuzwa ukukhala kwethu.

Uyasikhulula kuzo zonke izinkinga zethu .Useduze nonenhliziyo eyaphukileyo .Uyabasindisa abamoya wabo uchotshoziwe .

Hallelujah!  Kodwa manje kwesinye isikhathi ukwenza konke lokho ngomuntu wakhe ,okungaba ngomunye wethu .Kwesinye isikhathi uqonde ukuphendula ,ukutakula ,ukududuza ukusindisa umuntu ngami nawe .

Ukulungele lokho ? Uzohamba na? Yeka inhlanhla yokuba yisikhali esandleni sikaNkulunkulu ,isikhali esikhethekile ,esilungele yonke imisebenzi emihle .Kodwa ungalenzi iphutha .Kuzoba nenani ozolikhokha .Lihlale likhona .

Zibizelwe ukuba ngabalingisi bakaNkulunkulu .Kuhle kakhulu lokho ,kodwa khumbula ,wasifela kulesosiphambano .Ngakho ngingakubuza futhi ? Ukulungele ? Uzohamba na?

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.