... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukungangabazeki Kwensindiso

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 5:24 “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade; akayi ekwahlulelweni, kepha usephumile ekufeni, wangena ekuphileni.

Abantu abaningi abahle banendlela abanayo yokuphila okuphakade ,edidekile .Abanye bathi  , angiyena  umuntu omubi kangako.ngizoba right Bese abanye abathi,ngakube ngiyophetha ngisemuhle ngokwanele  ?

Ngiyakuzwa ,ngakube umuhle ngokwanele ? Mina cha anginjalo futhi angisoze nganjalo .Ngizwe kahle angiyena umuntu omubi .

Ngiphila impilo enhle neqotho ehlelekile engikholwa iningi lethu linjalo.Kodwa akekho noyedwa kithi ophile enhle kakhulu ngokukaNkulunkulu .Sonke sonile ,sisilalelwe yinkazimulo yakhe ,yizinga lakhe eliphakemeyo lokuphelela koqobo  .

Futhi yingakho uJesu weza  ezele mina nawe ukuzosifela kulesosiphambano ukukhokha inani elalifunwa ngubulungiswa bukaNkulunkulu ;ukuba avuke ukusinika isipho  sempilo entsha la emhlabeni kanjalo nobukhona phambi kwakhe ingunaphakade .

Sikubamba kanjani konke lokho? Ngokusebenza kanzimanyana ? Ngokuba ngumuntu omuhle ? Nakhu ngamazwi kaJesu uqobo  :

NgokukaJohane 5:24 “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade; akayi ekwahlulelweni, kepha usephumile ekufeni, wangena ekuphileni.

Siyibamba impilo yengunaphakade ngokukholwa kuJesu .Ngokholo ngenani alikhokha kulesosiphambano ,ngokholo lokuthi kahle hle icala lethu nokwahlulelwa  okusifanele kuwela kuYe ,sesinokuphila okungunaphakade .

Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade; akayi ekwahlulelweni, kepha usephumile ekufeni, wangena ekuphileni.

Ngokholo .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.