... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ngilahlekelwe Yi-phone

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Dutheronomi 8:3 Wakuthobisa …. ukuba akwazise ukuthi umuntu akaphili ngesinkwa sodwa ,kepha ngakho konke okuphuma emlonyeni kaJehova ,yikho umuntu aphila ngakho

Listen to the radio broadcast of

Ngilahlekelwe Yi-phone


Download audio file

Yaah sonke sesike sayizwa lentshumayelo yokuthi  “umelwe ukufunda ibhayibheli lakho”  .Yebo ,yebo ngiyazi ….kodwa uyazi ukuthi Okay, ….kodwa umangase kuthiwe besizobona ukuthi uthini umongo wendaba la.Mangase abantu bakaNkulunkulu bame ukupheqapheqa iZwi likaNkulunkulu kodwa balalele uma ekhuluma .Mangase nje benze njalo…

Ngosuku lumbe ngafonela uzakwethu ohlela ukubhukhwa kwestudio engiqopha kuso lezinhlelo zomsakazo.Kwakuwusuku lokuzoqopha ,ngakho ngiye ngiqinesekise ngiyafona ,kodwa akazange ayiphendule I phone .Ngakho  emva kwesikhathi ngabuye ngamfonela  qede washo ukuthi “ Angizange ngiyithole iphone yami ngesikhathi obufona ngaso” .

Sahleka kakhulu sisacabanga izinsuku lakhona i-phone yayiba sodongeni kuphela .

Kodwa lokho kwangikhumbuza ngokuxhumana kwethu noNkulunkulu .Angazi bangaki abantu abazibiza ngokuthi bangaMaKhrestu kodwa abangeke bathole ngisho ibhayibheli labo lalikhona njengamanje .Abanye bangalithola ,,kodwa abaningi bangaqala betatulula becinga emakhabethini yonke indawo le…

IBhayibheli lakho  linjengale phone ekulendaba ,umehluko ngukuthi lona alilona ucingo oluqhamuka kimi ,kodwa oluqhamuka kuNkulunkulu.Ake ukucabanga nje lokhu ukuthi ,ulungele ukuzokhuluma nawe ngeqiniso thizeni elisemqoka okumele ulizwe ngesimo ozobhekana naso namhlanje .Kodwa uzibambele iphone …kodwa awulalele kwakulalela .

IBhayibheli lakho lifana ncimishi ne phone yakho .Uma ungayithathi uyibambe /ulibambe awusoze wezwa ukuthi uNkulunkulu uthini.

Mhlawumbe yingakho izimpilo zaMaKhrestu amaningi ziyincithakalo .Mhlawumbe yingakho zingenabo lobudlelwane obuseduze obunamathele kuNkulunkulu ahlale njalo ebulangazelela .

Dutheronomi 8:3 Wakuthobisa ….ukuba  akwazise ukuthi umuntu akaphili ngesinkwa sodwa ,kepha ngakho konke okuphuma emlonyeni kaJehova ,yikho umuntu aphila ngakho

Lifunde iBhayibheli lakho. Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge