... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ngakube Ngiyadinga Ngempela Ukusindiswa ?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 KuThimothewu 1:10 Kepha osubonakalisiwe manje ngokubonakala koMsindisi wethu uKristu Jesu, owachitha ukufa, walethela ekukhanyeni ukuphila nokungabhubhi ngevangeli.

Listen to the radio broadcast of

Ngakube Ngiyadinga Ngempela Ukusindiswa ?


Download audio file

Ezinsukwini ezimbalwa sizobe sigubha uKhisimusi sikhumbula ukufika koMsindisi wethu emhlabeni . Kodwa lokho kuletha umbuzo abaningi abazibuza wona , ngakube ngiyadinga ukusindiswa ?

Kunentokazi endala ebengikhuluma nayo ngayibuza ukuthi : “Ukholwa ngukuthi kuyokwenzakani kuwe uma usudlula emhlabeni  ?” Inginike impendulo ebengingayilindele ebe nje …

Yaah inking angazi ukuthi ngingomuhle ngokuphelele ukungena ezulwini ,angazi mhlawumbe ngibile  ngomuhle ,ngobona khona . Ngithemba ngiyongena …

Kuyesabisa lokho ,ngakho ngimcobelele lokhu :

  1. KuThimothewu  1:10Kepha osubonakalisiwe manje ngokubonakala koMsindisi wethu uKristu Jesu, owachitha ukufa, walethela ekukhanyeni ukuphila nokungabhubhi ngevangeli.

UJesu obizwa kakhulu ngoMsindisi wethu ,weza ukuzokwenzani ? owachitha ukufa, walethela ekukhanyeni ukuphila nokungabhubhi ngevangeli.

Lalela lokhu .UNkulunkulu akanaso isikali sobulungiswa azokukala ngaso ngokuhle nokubi ,kube yilokhu kube yilokhuya .Cha! 

Kunalokho wathumela uJesu  lokho kanye esikubiza ngoKhisimusi –wabeka konke okubi kwakho emahlombe akhe kulokho kufa kwesiphambano ukuze uma ubeka ukukholwa kwakho kuye uzothethelelwa ube nesipho samahhala sokuphila okungunaphakade. Ingxenye yakho …ngukukholwa nje lokho kuphela  … uKristu Jesu, owachitha ukufa, walethela ekukhanyeni ukuphila nokungabhubhi ngevangeli.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.