... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Hhayi Lokhu Ebengifuna ukukuzwa

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 21:33-38 “Yizwani omunye umfanekiso. Kwakukhona umuntu, umninindlu, owatshala isivini, wasibiyela ngothango, wemba khona isikhamo, wakha isiqongo sokulinda, wasiqashisa kubalimi, waya kwelinye izwe. Kwathi sekusondele isikhathi sezithelo, wathuma izinceku zakhe kubalimi ukuba zithathe izithelo zakhe. “Abalimi bazibamba izinceku zakhe, enye bayishaya, enye bayibulala, enye bayikhanda ngamatshe. Waphinda wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala; benze njalo nakulezo. Ekugcineni wathuma kubo indodana yakhe, ethi: ‘Bayakuyazisa indodana yami.’ “Kepha kwathi abalimi bebona indodana, bakhuluma bodwa, bathi: ‘Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.’

Listen to the radio broadcast of

Hhayi Lokhu Ebengifuna ukukuzwa


Download audio file

Namhlanje ngithanda ukukucobelela indaba uJesu ayixoxa .Kodwa phambi kokuba singene kuyo ,khumbula lokhu : Uhlala njalo esitshela izinto esingafuni ukuzizwa .Uthando lwakhe luwuthando oluqinile ngoba weza ukusikhulula esonweni esikinatela izimpilo zethu .  

Ngakho nasi lesilandiso engikuthembise sona :

NgokukaMathewu  21:33-38 “Yizwani omunye umfanekiso. Kwakukhona umuntu, umninindlu, owatshala isivini, wasibiyela ngothango,

wemba khona isikhamo, wakha isiqongo sokulinda, wasiqashisa kubalimi, waya kwelinye izwe.  Kwathi

sekusondele isikhathi sezithelo, wathuma izinceku zakhe kubalimi ukuba zithathe izithelo zakhe. 

“Abalimi bazibamba izinceku zakhe, enye bayishaya, enye bayibulala, enye bayikhanda ngamatshe. 

Waphinda wathuma ezinye izinceku eziningi kunezokuqala; benze njalo nakulezo. Ekugcineni

wathuma kubo indodana yakhe, ethi: ‘Bayakuyazisa indodana yami.’  “Kepha kwathi abalimi bebona

indodana, bakhuluma bodwa, bathi: ‘Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.’

Kulolulandiso uJesu nguye oyindodana.Ubhekana ngqo nabantu ngezono zabo .Bamzonda ngalokho ngakho kwabiza ukuba bambethele .Shlobo sami ngokuzayo uma uJesu ekhomba ngqo isono empilweni yakho ungamkhiphi empilweni yakho .Mumukele wamukele uthando lwakhe oluqinile .Impilo yakho incike kulo . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.