... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

U-Poison O-Sweet

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Jeremiya 6:20 Ifikelani kimi inhlaka evela eSheba ,nomhlanga othaphukayo ovela ezweni elikude na?

Kulezinsuku kunezinkulumo ezishisayo zokuphikisana  ngoshukela .Manje ,njengokuba ama-nutritionist ezokutshela ukuthi ungawudli ushukela omningi ,kodwa ngqo ngqo lokhu abangasitsheli khona ngukuthi ushukela ungupoison .

Manje kuzwakala kunehaba ,ukubiza ushukela ngo- poison? Kodwa manje into okuyiyo ngempela ekhomba ukugalopha kwawo ngukuthi mngakanani esiwusebenzisayo.

Nakhu ukuxukuza ugebhezi okuncane ngebhayibheli.Kukangaki ushukela kukhulunywa ngawo ebhayibhelini? Impendulo ? Hle hle akukaze.Umhlanga othaphukayo osashukela  kumbe asithi umoba ubhalwe  kabili kulo,nakhona kuphalwe ngokokuthi uyisitshalo sobumnandi esingatholakali kalula .

 Jeremiya 6:20  Ifikelani kimi inhlaka evela eSheba ,nomhlanga othaphukayo ovela ezweni elikude na?

Ucwaningo luthi kwelaseBrithani ngabo 1880 imvamisa babedla inani likashukela emzimbeni elingu 7 kg ngonyaka.kulezinsuku sesidla oko 70 kg nangaphezulu woqukatho lukashukela  …futhi lokho kuyasibulala.

Omunye ummeli olwela  ukungakhuluphali kwabantu u-David Gillespie wenza ucwaningo ukuthi kungani eyisitetelegu futhi engehli

kulomzimba .Waqoqa lonke ulwazi olwabe selucwaningiwe ngabaningi emhlabenni qede wathi uma eluhluza njengommeli okwaziyo ukuhlukanisa udaba kahle ,wathola ukuthi  into esibulala ngaphezu kwayo yonke wukudla ushukela –ngaphezu kwakho konke .

Ushukela ! Usuyabona kungani  usiqhatha ,yingoba phela siyazifela ekuwuthandeni.

Ngake ngafunda lencwadi ethi- “Sweet Poison” –okuyilapho ngiyiqeda ukuyifunda nganquma ukuthi wayeneqiniso .Ngakho ngaqala ngehlisa izinga likashukela ekuwudleni .Umphumela wawumangazana .Ngehla ngo 25 Kg futhi udokotela wami usaqhubeka wenza ama-test egazini lami .

Angikukhumbuze leyoncwadi ka- David Gillespie  ithi : “Sweet Poison”.

Ngakube ushukela uyivela kancane empilweni yakho ,njengokokuba kwabe kudalwe kanjalo ,kumbe usuphenduke u –sweet poison ? Kukuwe ungazinqumela . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge