... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

UJesu Wenza Izinto Ngendlela Ehlukile

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 7:32-36 Baletha kuye isithuli esinamalimu ,bamncenga ukuba abeke isandla phezu kwaso.Wagodluka naso esixukwini bebodwa ,wafaka iminwe yaKhe ezindlebeni zaso,wafela amatha ,waphatha ulimi lwaso,wabheka ngasezulwini wabubula wathi kuso: ‘Efratha’ okungukuthi : ‘Vuleka!’ Zase zivuleka izindlebe zaso ,wathukuluka masinyane umthambo wolimi lwaso sakhuluma kahle.Wabayala ukuba bangatsheli muntu,Kepha kwathi ukuba ebayala kakhulu ,kwayikhona bekwandisa kakhulu impela.

Listen to the radio broadcast of

UJesu Wenza Izinto Ngendlela Ehlukile


Download audio file

Asikuvume ukuthi siyathanda uma abantu ukwazi  ukubaqonda bacabangani .Akekho kithi othanda ukuthelwa ngesankahlu se surprise ngomuntu.Manje kodwa uma uqhubeka ufunda ngoJesu ,kusikhathisinye la uthola khona ukuthi ,nebala ungomunye wabantu abanjalo.

Ake ,uzicabange ukuthi uyiNdodana kaNkulunkulu unamandla okuphulukisa wonke umuntu noma ngabe yiziphi izifo.Bese kuthi ngenxa yalokho bese uba nenkinga yabaholi bezenkolo besikhathi ophila kuso.Wenzenjani lapho?  Ukwenza esithe kungaboni muntu ,kumbe esidlangalaleni kubona wonke umuntu ?

Ngiyazi ukuthi uma kuyimi enginalawomandla bese nampa nabagxeki bami ngapha ,bengokwenza sure bayabona izimangaliso engizenzayo.Kodwa uJesu qha wayengenjalo….

NgokukaMarkhu  7:32-36 Baletha kuye isithuli esinamalimu ,bamncenga ukuba abeke isandla phezu kwaso.Wagodluka naso esixukwini bebodwa ,wafaka iminwe yaKhe ezindlebeni zaso,wafela amatha ,waphatha ulimi lwaso,wabheka ngasezulwini wabubula wathi kuso: ‘Efratha’ okungukuthi : ‘Vuleka!’ Zase zivuleka izindlebe zaso ,wathukuluka masinyane umthambo wolimi lwaso sakhuluma kahle.Wabayala ukuba bangatsheli muntu,Kepha kwathi ukuba ebayala kakhulu ,kwayikhona bekwandisa kakhulu impela.

Silindela uNkulunkulu abe ngohambisana nenqubo ejwayelekile ,futhi ocacile ucabangani andukuba akwenze.Kodwa kaninginingi uhlukile kulokho .Futhi hle hle singobani thina kwavele ukuthi sithi uNkulunkulu akenze lokhu ngalendlela kumbe usebenza ngalendlela? Singobani ukumklamela umngcele ngendlela yaKhe yokusebenza ebe enguNkulunkulu owadala  iZulu nomhlaba nakho konke.

Lalela sihlobo sami.UNkulunkulu wenza izinto ngendlela yaKhe .Kunjalo nje . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge