... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuhlanza Ingaphakathi Lenkomishi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 23:25,26 Maye kinina babhali nabaFarisi, bazensizi, ngokuba nihlambulula ingaphandle lenkezo nesitsha, kepha ngaphakathi kugcwele impango nokuhuheka! 26 Mfarisi oyimpumputhe, hlanza kuqala ingaphakathi lenkezo, ukuze kuhlanzeke nengaphandle layo.

Listen to the radio broadcast of

Ukuhlanza Ingaphakathi Lenkomishi


Download audio file

Akekho othanda umzenzisi,nebala nawe awumthandi njengokuba nami ngingamthandi.Nokho khona kunjalo ,kunesilingo sethu ngamunye ,zonke izinsuku zokuphila,ukuthi siziveze ebusweni singokunye ,kodwa uthole ukuthi umuzwa esinawo ngaphakathi ngohluke  ngamalengiso kokubonakala ngaphandle.

Akuzifake esithombeni ngengqondo uya erestaurant.Uzizwele ufuna ukushaya inkomishi ye-coffee efudumele kamnandi,ngakho bese uhlale phansi uli-ode ,bese uzifundele iphepha usalindile,khona manjalo nanti seliza.

Kuvese kufudumale itafula lonke kushintshe nephunga lamaphepha! Linephunga elimtoti ,libukeka lilihle …kodwa uvese usathi ulithi habu okokuqala ,avese uweta aqoqe inkomishi engasenalutho esetafuleni eliseduze nelakho ,bese avese engazange wayiwasha ,nanguya eseyithatha eyothela phezu kwaleyonzika ,esenzela elinye i-customer.

Manje ake ucabange ngalokho.Kukutshelani ngalelikhofi aqeda kulibeka etafuleni lakho ? Zonke izinto zibukeka zizinhle ngaphandle….kodwa abayiwashanga inkomishi yabo ngaphakathi lababantu abakulendaba.Manje ngakube uzoqhubeka  noma cha uphuze ngalenkomishi abaqeda kukunika ngayo?

Ngeshwa ,ininganyana labantu kulomhlaba bathi ababenjena nabo,bahlanzekile ngaphandle ,kodwa bangcolile ngaphakathi.Lokho okuvese kuphikise kungahlangani okungaphandle nokungaphakathi,yilokho kanye esikubiza ngokuzenzisa.

Nansi indlela uJesu abeka ngayo:   NgokukaMathewu 23:25,26 Maye kinina babhali nabaFarisi, bazensizi, ngokuba nihlambulula ingaphandle lenkezo nesitsha, kepha ngaphakathi kugcwele impango nokuhuheka! Mfarisi oyimpumputhe, hlanza kuqala  ingaphakathi lenkezo, ukuze kuhlanzeke nengaphandle layo. Uyabona ngokukaJesu ,okuqhubekayo kwingaphakathi lethu  yikho okusemqoka kunalokho okubonwa ngabantu ngaphandle.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge