... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukunqoba Ukuphoxeka

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1EkaPhethru 5:7 Niphonse izinkathazo zenu zonke phezu kwakhe, ngokuba uyanikhathalela.

Listen to the radio broadcast of

Ukunqoba Ukuphoxeka


Download audio file

Wonke umuntu omaziyo ,noma ngabe ukuthanda kangakanani ,kwisigaba thizeni uyokuphoxa .Futhi lesosigaba sokuphoxeka singengedicilelele phansi usuku lwakho kuphela ,kodwa uma usivumela ,singaqhobozela ngisho impilo yakho .

Okokuqala ,kuba ngumcabangao onengcindezi – ngiyazi wonke umuntu uzongiphoxa empilweni.Kodwa akukucabange lokho ,ukuphoxeka kusho lukhulu ngathi,  ngaphezu kokulusho ngalo-omunye umuntu . 

Sihlala njalo sinokunkanekisela  ,esikulindele kumuntu othize .Uma bengakwenzi ebesikulindele …qede ebese siphendula ngomuzwa othule kumbe onomsindo  ogcwele ukuphoxeka .Kodwa manje baqhubeke benze into efanayo ngokuphindelela .Ngakho kukudle kukuqede .Uqale ukuhlafune  ukugwinye lokhukuphoxeka kuze kube sezingeni lokukhathazeka ,kuze kube sezingeni lokhu shanela impilo yakho.

Manje ,angisho ukuthi asibayeke abantu benze noma kanjani singabaqondisi ezenzweni zabo.Nebala simelwe .Kodwa uyabona ukuthi lowomuzwa wokuphoxeka ungagcina ucekela phansi impilo yakho ,ukwephuca ukuthula nentokozo uNkulunkulu anayo ngawe kuwe ?  

Manje pho uqhela kanjani kukho na? Uzibuyisela kanjani zonke izinto endaweni yazo  ?

1 EkaPhethru 5:7 Niphonse izinkathazo zenu zonke phezu kwakhe, ngokuba uyanikhathalela.

Kwesinye isikhathi yilelivesi elifushane kakhulu  eligcina linamandla kakhulu. Ukuphoxeka kunendlela okugovuza ngayo imizwa yethu ,kulethe ukubuka kwethu okungesikhona .Kodwa uma sikubeka konke eNkosini ,sithulula izinhliziyo zethu kuYe ,imizwa yenhliziyo yethu iyazola ,ukubuka kwethu kubuyele esweni elifanele lokubuka ngoba uNkulunkulu unonakekelo ngathi. 

Ungavumi ukuphoxeka kucekele phansi impilo yakho . UNkulunkulu nguYe ongasoze wakuphoxa ngoba unonakekelo ngawe .

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..