... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Wozani Ningilandele

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 4:18-20 UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha elwandle; ngokuba babe ngabadobi. Wayesethi kubo: “Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu. Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.

Listen to the radio broadcast of

Wozani Ningilandele


Download audio file

Angazi kunini lakhona wagcina ukuzwa uJesu ekhuluma nawe? Kunini lakhona agcina ukukubiza ukuthi umlandele? Ungasho sihlobo sami ,kunini?

Ngangibuka isithombe esashuthwa yindoda ebizwa ngokuthi wu -Ken Duncan ,ngolunye usuku.Yisithombe somdobi esesikebheni sakhe oLwandle lwaseGalile ,indawo lakhona uJesu wathola khona uPhethru no Andrew ,uJakobe noJohane.

Lensizwa izigqokele i-jean ne –tracksuit ngaphezulu.Kuneqhuzwana lenjini yesikebha ngemva kwesikebhe.Lesithombe sangenza ngayibona yaseduze lendawo,indawo lakhona uJesu aya kuyo ukuthola abafundi baKhe.Hhayi ethempelini.Hhayi esikoleni sekhethelo seBhayibheli eJerusalema.Hhayi ngisho kwiSnagogi sasendaweni.Lutho,uJesu waya oLwandle lwaseGalile engxenyeni lakhona izikebha zokudoba ziphumela khona.

Kwakuyindawo ejwayelekile nje engatheni ,egcwele abantu abajwayelekile abaphansi nje abanjengami nawe ,okwathi ngalolosuku ekwenzekeni kwezinto,bahlangana naloJesu ongohlukile kubantu.

NgokukaMathewu 4:18-20 UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha elwandle; ngokuba babe ngabadobi. Wayesethi kubo: “Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu. Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.

Manje ungo-cleaner ama- net usuyapakisha emva kobusuku obebunzima “Ngilandeleni.”Lezinsizwa zenze njani?  Zashiya ama-net azo ngokushesha qede zamlandela .

Okuchazanayo  ngukuthi ,usakwenza lokho nanamhlanje.Abantu abajwayelekile endaweni ejwayelekile nje engatheni . Ngilandeleni.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge