... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukwembuleka Kweqiniso

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 14:8-11 UFiliphu wathi kuye: “Nkosi, sikhombise uYihlo, kusanele.” UJesu wathi kuye: “Isikhathi esingaka nginani, awukangazi, Filiphu, na? Ongibonile mina ubonile uBaba; usho kanjani ukuthi: ‘Sikhombise uYihlo,’ na? Awukholwa ukuthi ngikuBaba, noBaba ukimi, na? Amazwi engiwakhulumayo mina kini angiwakhulumi ngokwami; kepha uBaba ohlezi kimi wenza imisebenzi yakhe. Kholwani yimi ukuthi ngikuBaba, noBaba ukimi; uma kungenjalo, kholwani ngenxa yale misebenzi.

Iqiniso liyindabamlonyeni kulezinsuku nesikhathi esiphila kuso ,lakhona wonke umuntu echaza uhlobo lwakhe lweqiniso ,ukuze athole ukuqhoqhobala ukwehlula awabanye amaqiniso  .

Kukulempikiswano kanye yamaqiniso abantu lakhona uNkulunkulu ehlose ukukhuluma iqiniso lakhe eliphakade ukuthi wethumela iNdodana yaKhe ukusikhulula .Uyasilangazelela ukuba sinqwamane nothando lwaKhe ,umusa waKhe ,izibele zaKhe ngoJesu .Yiqiniso lelo .Manje ngakube ukhethe ukulimbula ndlelani ? 

NgokukaJohane  14:8-11UFiliphu wathi kuye: “Nkosi, sikhombise uYihlo, kusanele.”  UJesu wathi kuye: “Isikhathi esingaka

nginani, awukangazi, Filiphu, na? Ongibonile mina ubonile uBaba; usho kanjani ukuthi: ‘Sikhombise

uYihlo,’ na?  Awukholwa ukuthi ngikuBaba, noBaba ukimi, na? Amazwi engiwakhulumayo mina kini

angiwakhulumi ngokwami; kepha uBaba ohlezi kimi wenza imisebenzi yakhe.  Kholwani yimi ukuthi ngikuBaba, noBaba ukimi; uma kungenjalo, kholwani ngenxa yale misebenzi.

UNkulunkulu walilandisa iqiniso laKhe ngokuthi eze ezoba ngukuphila kunye nathi .Wazembula ngendlela engandile ,weza yena luqobo kulezimpilo zethu kanye ezinyante odakeni .Iqiniso awukwazi ukulifunda kodwa liyaphilwa . Njengokuba kanye abafundi bakaJesu baliphila kuleyomigwaqo yothuli yakuqala yakwa Israel benoJesu .

Shlobo sami,uJesu uliqiniso  .Futhi ngesikhathi ufika ekumazini ,umkholwa ,umuzwa ukuphila kwakhe …uyoyiguqula impilo yakho .Nanoma ubani obone uJesu umbonile uBaba .Yilona qiniso lelo.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.