... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Izinsuku Ezinde ,Iminyaka Emfushane

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 13:10,11 Uthando alwenzi okubi kumakhelwane; ngakho-ke uthando lungukugcwaliseka komthetho. Yenzani lokhu, njengokuba nazi isikhathi ukuthi sekuyihora lokuba nivuke ebuthongweni; ngokuba manje insindiso isisondele kithi kunaleso sikhathi esaqala ukukholwa ngaso.

Listen to the radio broadcast of

Izinsuku Ezinde ,Iminyaka Emfushane


Download audio file

Njengokuba  ungathekiso lwesikhathi sokuphila  lukhomba ukuthi siya ngokuya sehla kubantu bonke emhlabeni  isikhathi sokuphila ,ngakho ungethembele ongathikisweni lokuphila  ukungathekisa ukuthi usalelwe yisikhathi esingakanani kulomhlaba .

Mumva nje omunye umngani wami useke wazizwa sengathi uyacima impela ,kungasaphefumuleki .Okuthe engaya kudokotela owathi ukumhlola hlola ,qede wabe esemdlulisela ngokushesha esibhedlela ,ukuze  ahlinzwe ngokuphuthuma esimweni ayekuso .Manje akucabange lomngani wami usengumqemane wensizwa eneminyaka engu 50 engantengantengi,akakaze abheme ,uhlale enza imidlalo evocavocanayo. 

Wayengaba ngumuntu wokugcina engangingamcabanga ukuthi wayengajamelwa  yimithambo yenhliziyo emithathu nokwenza .Usesindile manje ,siyambonga uNkulunkulu ngalokho ,kodwa indaba yakhe ikwenza ubone ukuthi ungeze wathembela ongathikisweni lwesikhathi sokuphila esishiwoyo . 

Mhlawumbe unjengami ,ungumuntu  osebenza kanzima kwinoma yini obeka isandla sakho kukho ,kuyimpambankwici ukuthi kubukeka nakuba izinsuku zizinde ,kodwa iminyaka ibukeka imifishane .Ngenkathi uqhubeka u-focused kokwenzayo ,kusikhathi sinye leyominyaka ibukeka intininiza ngejubane idlula masisha unganakile . 

Futhi uma sekwenzekile konke empilweni ,i-legacy eyodwa oyoyishiya emhlabeni ,umaka oyosala kuphela  ezimpilweni zabantu kuyoba wuthando esibakhombise lona . 

KwabaseRoma  13:10,11Uthando alwenzi okubi kumakhelwane; ngakho-ke uthando lungukugcwaliseka komthetho. 

Yenzani lokhu, njengokuba nazi isikhathi ukuthi sekuyihora lokuba nivuke ebuthongweni; ngokuba manje insindiso isisondele kithi kunaleso sikhathi esaqala ukukholwa ngaso.

Shlobo sami awusazi isikhathi esikusalele emhlabeni .Phaphama ,yisikhathi esimqoka lesi osiphilayo .Isikhathi sokuletha uthando simanje ! Ngoba isiphetho hleze siseduze kakhulu ngaphezu kobesingakucabanga . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.