... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Indaba Enhle

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 4:10,13 Lapho esengasesitha, ababe naye kanye nabayishumi nambili bambuza ngale mifanekiso. Wayesethi kubo: “Aniwazi lo mfanekiso; pho, niyakuyazi kanjani yonke imifanekiso na?

Listen to the radio broadcast of

Indaba Enhle


Download audio file

Mina nawe ,siyavamisa ukuyiythanda indaba  enhle ,ikakhulukazi uma ithinta ngqo uqobo lwethu ngokujulile.Yingakho kwesinye isikhathi uma kubukelwa i-movie kuba nokukhala izinyembezi kobukelayo.

Ngike ngilalele izintshumayelo okungathi zome nkwe kube sengathi  umuntu obezifundela incwadi qede wangasho lutho kodwa futhi ngike ngibe nohlobo lwezinsthumayelo engithi uma ngilulalele ngimuzwe ephila uNkulunkulu ekujuleni kwempilo yami.Ngicabanga nawe  uke ube nawo lowomuzwa ,futhi uyakwazi nokukhumbula ukuthi konje yikuphi kulokhu kokubili okukusebenzela kangcono.

UJesu washumayela kaninginingi ngezindaba ezingabalimi,izinhlamvu ,izimbewu,amalambu kunye nemishado.Kunokwenzeka kwakuzidida izixuku ukuzwa lolohlobo lwezintshumayelo uma luqhathaniswa nolwalujwayeleke emaSnagogeni  ezazimi ngokucikoza kokucashunwa kweZwi lingachazwe ngandaba thizeni .Futhi kwesinye isikhathi lezixuku zaziye zingabambi kwakhona lokhu abeqonde ukukusho.

NgokukaMarkhu  4:10,13 Lapho esengasesitha, ababe naye kanye nabayishumi nambili bambuza ngale mifanekiso.

Wayesethi kubo: “Aniwazi lo mfanekiso; pho, niyakuyazi kanjani yonke imifanekiso na?

Okay, kushukuthi wachaza lomfanekiso kwabayiqoqo eliseduze naye ,kodwa yonke lengxenye eningi yezixuku yaya ekhaya ididekile njengokuba nabo labafundi babedidekile.

Usungazakhela isithombe sabo ngengqondo bebuzana behlezi etafuleni esidlweni : “Eyy wena ngokwakho ucabanga ukuthi ubechazani ngempela ?” “ Yah ,mina ngokwami ngicabanga ukuthi ubeqonde ukuthi….” Sibathola nebala la bematasa betshisa abekusho ,kwaze kwaba yila khona iqiniso lehliselwa ezinhlizyweni zabo.

Kwezinye izinsuku ,iZwi likaNkulunkulu alibukeki liwukhanda umqondo ,ngakho sivese siphonse ithawula silikhohlwe.

Kodwa kukhona okwehlukile ,xoxa ngalo ,lihlaziye uletshise ,buza imibuzo ngalo ….futhi  okothi usabuza ivese ifike impendulo eliqiniso enhliziyweni yakho ngalo.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge