... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Uma Umungabona I-suitcase lami

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseGalathiya 6:17 Mangingabengisakhathazwa muntu, ngokuba ngiphethe emzimbeni wami izimpawu zikaJesu.

Listen to the radio broadcast of

Uma Umungabona I-suitcase lami


Download audio file

Angicabangi ukhona oyedwa ongenazibazi emphufumulweni wakhe ,ngezinto esabhekana nazo phambilini .Impilo injalo nje .Manje ,yini eyenza abantu abaningi  babe namahloni ngezibazi abanazo?

Esikhathini esingaphezu konyaka nohhafu ,i-suitcase yami engiyikhonzile ,esebenza kakhulu ,ichithe isikhathi sayo ihleli phansi kwi wardrobe .Nakanjani phela ngenxa yayo yonke lento ye –COVID 19 ,kube kuncane ukwehla wenyuka nezindlela zomsebenzi.

Kodwa noma lithe shuthe kwi –wardobe phansi laphaya ,ligcwele lezo ticker abazifaka ezikhumulweni zamabhanoyi .linezibazi nezitishi ,amasondo alo asefakwe kaningi kodwa khona linjalo liyisosha elingakhathali . 

Ngiyazithandela le –suitcase yami  endala,selingiphathe kahle kakhulu kuyo leminyaka eminingi ,into ngempela efakazelwa yizo lezo ticker ezigcwele yonke indawo nezibazi  nezi cratch ,yizo ezikufakazelayo lokho .

Umphostolo Phawuli naye wayenjalo kaninginingi.Lendoda yabhekana nokushawa kaningi ,ukuboshwa ,ukujanyelwa ngumkhumbi olwandle ,amatulo okuyiswa kwagoqanyawo .Ake ulalele nakhu akushoyo  : 

KwabaseGalathiya 6:17 Mangingabe ngisakhathazwa muntu, ngokuba ngiphethe emzimbeni wami izimpawu zikaJesu.

Ngamanye amazwi lezobazi zimi zingofakazi kwaphume kukho ngenxa kaNkulunkulu .Uyazisebenzisa ,ukhuluma ngazo njengobufakazi  phambi kwabantu abazama ukumnika isikhathi esinzima .

Ngilalele .Izibazi ezisemphefumulweni wakho ,ziyingxenye yokuthi wena ungubani .Zifakaza ngodlule kukho .Futhi izibazi zikhuluma ngokusinda nokuphiliswa owaphiliswa kukhona .Uma ngigajwa wukuthanda  isudukesi lami elidala  elingiphathe kahle ,ake ucabange ,ucabange nje uthando uNkulunkulu analo analo ngawe …ngezibazi zonke zikhona .

Lezozibazi zinhle phambi kwamehlo akhe .Lezozibazi emphefumulweni wakho zikhombisa ukuthi ungokaJesu .

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..