... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ungalwi Nolethe Umyalezo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseRoma 15:4 Ngokuba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela nangenduduzo yemibhalo sibe nethemba

Listen to the radio broadcast of

Ungalwi Nolethe Umyalezo


Download audio file

Lomqondo wokuthi ibhayibheli liyincwadi endala ephuphile,ngumqondo odumile kulezinsuku.Kahle hle linabagxeki balo ,ngisho phakathi endlini kaNkulunkulu,abantu abathi bakholwa nguJesu .

Ngokwethembeka nje angikusho ukuthi zikhona izinto ezibhalwe ebhayibhelini othi mawuzifunda ubone ukuthi mhlawumbe zazihambelana kahle nalesosikhathi ,elalibhalwe ngaso ,kwesehlukile nesamanje ,kanjalo namasikompilo angalesosikhathi .

Yingakho kulula ukuthi abaningi baligxeke ibhayibheli ukuthi alingeni khaxa kulesikhathi sanamhlanje.Iqhaza lomuntu wesifazane seliguqukile .Kulezinsuku abasebona  ababheke ikhaya kuphela ,kodwa bafundile kakhulu futhi baphambili ebuholini ngokunamandla.Pho besingakukholwa kanjani okushiwo yibhayibheli mayelana namadoda namakhosikazi?

Sazi okuningi mayelana ne- psychology nesakheko esingobulili kulezinsuku.Manje pho besingalikholwa kanjani ibhayibheli elikushoyo ngalezihloko na? 

Futhi loluhla ,luyaqhubeka alumile olungalemicabango. Elinye iphutha esilenzayo ngelokothi ,iZwi likaNkulunkulu labe livelele kakhulu  ezikhathini eziphambilini kunezanamhlanje.Kwakungenjalo.AmaJuda abulala abaphrofethi belandelana .Babo uyakhohlwa yini nokuthi  aze ebethela iNdodana kaNkulunkulu uqobo ngenxa yokuthi eyangakuthandi eyayikusho.Yebo ,nebala akukho okusha  ngaphansi komthunzi welanga.IZwi likaNkulunkulu selokhu kwathi nhlo alikaze livelele.

KwabaseRoma 15:4 Ngokuba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela nangenduduzo yemibhalo sibe nethemba

Kodwa uma uNkulunkulu ekhuluma ,ukhuluma ukuze kusizakale thina.Konke lokhu okwabhalwa ezinsukwini  kwalotshelwa ukufundiswa kwethu,ukusizakala kwethu,ukuze sikwazi ukubona izinto ngeso laKhe.Manje umbuzo wempela la usekutheni ,ngakube simelwe ukulwa nolethe umyalezo ,noma silalale uNkulunkulu? Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge