... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ayidunyiswe INkosi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Amahubo 149:4-6 Ngokuba uJehova uyathokoza ngabantu baKhe ;abathobekileyo uyabahlobisa ngensindiso! Abalungileyo mabethabe ngobukhosi! Ukumphakamisa uNkulunkulu makube semlonyeni wabo.

Listen to the radio broadcast of

Ayidunyiswe INkosi


Download audio file

Kunezikhathi lakhona sizizwa ukumdumisa uNkulunkulu ,asethembeke futhi zikhona izikhathi lakhona siphansi kungasifikeli kwakhona . Kodwa futhi kukhona nezikhathi lakhona sinezizathu zonke ezisho bekufanele simdumise kodwa sivele sizithulele singamdumisi. 

Kunesikhathi emlandwini kaIsrel lakhona uNkulunkulu wayenike isizwe saKhe ukunqoba izitha . Manje kulezonsuku ukusabela izimpi nokuhlasela kwazo  ngonya kwakuyinto ekhona nehlasimulisayo – njengokuba kusenjalo nanamhlanje ,ngeshwa kwezinye izindawo. 

Ngakho ukunqoba okukhulu kwakuletha ijadu lokugida kubungazwa ukunqoba . Futhi indlela eyabe ingeyinhle kakhulu ,kukhomba kwabe kungukudumisa iNkosi .

Amahubo 149:4-6 Ngokuba uJehova uyathokoza ngabantu baKhe ;abathobekileyo uyabahlobisa ngensindiso! Abalungileyo mabethabe ngobukhosi! Ukumphakamisa uNkulunkulu makube semlonyeni wabo.

Kubukeka kululimi oludephe kweqa .Kunokuqinisa sakuhabaza kwamazwi ongeke ungakuboni kulelihubo.

Manje ,akungixoxele kunini lakhona wagcina ukuphiwa ukunqoba nguNkulunkulu ? Mhlawumbe kwakungokwenhliziyo,ukuphulukiswa kumbe ukuphumelela ezimalini emva kogwadulwe kade kome nkwe ephaketheni  . Lakhona wawuzizwa ucindezelwe ngekusasa lakho ,kodwa wafika wakukhulula . 

Ngicela ukukubuza ngakube wagubha ngentokozo ? Ngakuba waqhuma wahluleka nokuzibamba usembhedeni wezwakwala usuqhuma kwi roof ugcwele ukumdumisa ngakwenzele khona ? Ngakube wamemeza  ngezindumiso zaKhe ? Uma ungakwenzaka lokho ,ungangitshela kwaba ngani ,ngaliphi ? 

Akuthi uma kunento enhle uNkulunkulu akwenzele yona empilweni yakho ,izindumiso zaKhe mazigcwale enhliziyweni yakho ziqhume ngezindebe zomlomo wakho . Mnikeze lonke udumo nokubongwa ngakwenzile ngoba zimfanele izibongo . Ngoba ngokuzayo ngamhla usengxakini kuyokusiza ukukhumbula ukukhululwa akwenzela khona phambilini .Mdumise! 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to heavy rains that flooded our TV studio, there’s no video for today’s Fresh. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.